Amaphoyisa ase Soshanguve athole isdumbu esingaphili silahlwe eyadi.

0
32

Amalungu e-SAPS aseSoshanguve athole usana olusanda kuzalwa lulahlwe lungenazandla nemilenze.
Ingane ilahlwe emijondolo yase Kheilaborokhu eduze kwase Block TT eSoshanguve. esingaphili silahlwe eyadi.

“Kuthiwa usana lutholakale lulahlwe egcekeni lowesilisa omnyama oneminyaka engu-35 ubudala, ophinde waveza ukuthi ingane ibonwe yindodakazi yakhe wabe esembiza ngaphambi kokuthi abize amaphoyisa”, kusho uConstable Nhlanhla Zondi.
“Bonke aba bambiqhaza naba thintekayo babiziwe futhi isigameko sahlanganiswa ngendlela efanele. Abaseshi babiziwe ukuze benze olunye uphenyo ngalolu daba”, eseqedela.

Ngo
Mmathapelo Mangena

___________________________________ENDS. Credits to: Soshtimes

Original Source: http://www.soshtimes.co.za/

Link: https://www.soshtimes.co.za/amaphoyisa-ase-soshanguve-athole-isdumbu-esingaphili-silahlwe-eyadi/